back to urticaria day
Language

Ngomhlaka October 1 usuku lokuqala lesifo iurticaria

Ukugujwa kwesibili kosuku lwe urticariaday kuzoba ngomhla ka 1 October. Kulunyaka kumayelana nokunqotshwa. Inhloso yokwenza njalo ukuthi kugqugquzelwe iziguli ukuba zazi ukuthi lesisifo singanqotshwa kanjani, ngokwenzanjalo kufanele kwenziwe ukuhlowa okubalulekile ngalesisifo se Urticaria Control Test (UCT), elivunyelwe abezempilo ukuba bakwazi ukusiza ekwenzeni ikhambi elingasiza kulesisifo. Ngokwenzanjalo siye sakwezi ukuzwa ukuba I UCT itholakale khona lapha futhi kubalulekile ukuthi niyisebenzise. Ukwabelena ngelesisifo nomphakathi kuzonceda kakhulu futhi kubanike nolwazi ngalesisifo.

Lelithuba lokufundisa nge Urticariaday lizokwenza ukuthi imindeni ehlaselwe yilesisifo, odokotela, abosopolotiki, naba komabonakude nomhlaba wonke bazi ngalesisifo. Sifuna ukuthuthukisa ulwazi ngalesisifo ukuthi odokotela bazi kabanzi ngaso futhi bakwazi noku nakekele kangcono iziguli eziphethwe yilesisifo, ukuze bajabulile impolo encono.

Singobani? Sisobonke, siyiziguli, odokotela, imihlangano, yimina nawe. Wonke umuntu othethe ixhasa ku urticariaday 2015 iyinxeye yomhlangano we urticaria. Sisize nathi sikwazi ukukusiza ekuqondiseni ukulwa nalesisifo ngokwazisa abanye abantu nge urticariaday 2015.
Thumela izithombe zakho nezindawo lana ukukhombisa ukuzibandakaya kwakho ukuze losuku Urticariaday2015 libe impumelelo.
Urticariaday2015 ligcugcuzelwe ngo GA²LEN, UNEV, the urticaria network e.V., ne daab e.V. ngakhoke many other organizations emhlabeni wonke kutsi uzame inhlalakahle ibe incono nekulatshwa kweziguli ne Allergies ne Urticaria.

Urticaria Day website user guide

Download